- Table View
- List View
Abafana ababili abalambile
by Clare Verbeek Thembani Dladla and Zanele ButheleziIsiZulu — First words
Abantwana abenziwe ngamakhandlela
by Southern African Folktale — Phumy ZikodeisiZulu — First sentences
abazona izehluleki
by Agnes Mabururu — Translated by Pumla Mdontswa and Zanele ZumaisiZulu — First sentences
Amahlokohloko Izinkondlo ZesiZulu: UBC Contracted
by E J Mhlanga J J ThwalaAmahlokohloko – Yiqoqo lezinkondlo zekhethelo elihlelwe yizingwazi zolimi o – E. J. Mhlanga no Dkt. J. J. Thwala. Lihlelelwe ibanga leshumi nambili. Yiqoqo elidla imihlanganiso ngalezizathu ezilandelayo: – Liqukethe izinkondlo zolimi lwasekhaya nezolimi lokwengeza. – Lithinta izingqikithi ezahlukeneyo: ezemfundo, ezothando, ezemvelo nezinye. – Liqukethe impilomlando yezimbongi, incazelo yamagama ajiyile nokuhluzwa kwezinkondlo ezithile. – Imibuzo yohlolo ihlelwe kwalandelwa isitatimende sikazwelonke. Yiqoqo elilungele amabanga emfundo nokuqeqesha okuqhubekayo nawaphakeme.
Amahlokohloko Izinkondlo ZesiZulu: UBC Uncontracted

Amakati kaZamo
by Khothatso Ranoosi and Marion Drew TRANSLATED BY Pumla MdontswaIsizulu – First sentences
Asikwazi ukudlala ndawonye
by African Storybook – TRANSLATED BY Zanele NdlovuIsizulu – First Paragraphs
AWUWELWA UMNGENI!: UBC Contracted
by Mlindeli GcumisaLona ngumdlalo onkundlankundla. Udingida udaba lwemibango yemingcele nezinxushunxushu ezazidalwa nguHulumeni wakudala owayelokhu esika izwe labantu abamnyama egudluza imingcele enzela abelungu bamapulazi. Umlingiswa oqavile kule ndaba inkosi uSalimani wawalwela amalungelo omhlaba wabantu ayebahola kwaze kwayiswana ezinkantolo. Lokhu kwaba emuva kwemihlangano eminingi phakathi kwakhe noHulumeni nabelungu bamapulazi kanye nabantu bakhe, ekhuthaza ukuba lulungiswe ngokuthula udaba lokusikwa komhlaba wakhe nabantu bakhe. Abantu bakhe bama naye kwaze kwaba sekugcineni.
AWUWELWA UMNGENI!: UBC Uncontracted
by Mlindeli GcumisaLona ngumdlalo onkundlankundla. Udingida udaba lwemibango yemingcele nezinxushunxushu ezazidalwa nguHulumeni wakudala owayelokhu esika izwe labantu abamnyama egudluza imingcele enzela abelungu bamapulazi. Umlingiswa oqavile kule ndaba inkosi uSalimani wawalwela amalungelo omhlaba wabantu ayebahola kwaze kwayiswana ezinkantolo. Lokhu kwaba emuva kwemihlangano eminingi phakathi kwakhe noHulumeni nabelungu bamapulazi kanye nabantu bakhe, ekhuthaza ukuba lulungiswe ngokuthula udaba lokusikwa komhlaba wakhe nabantu bakhe. Abantu bakhe bama naye kwaze kwaba sekugcineni. Ngaphandle kwempi yakwaVimbingwenya udaba lwaze lwaxazululeka enkantolo yamajaji eMgungundlovu lapho lamthetha khona uSalimani icala ngaphandle kokuchitheka kwegazi okubabazekayo.
Babekwenza Kanjalo kanye Indlela okwenziwa ngayo namuhla
by Connie Septembe and Ruth PresslerisiZulu Ulwimi Lwasekhaya Ibanga 6
Ibhola liyimpilo yabo
by Pimville Library Soccer – TRANSLATED BY Zanele ZumaIsizulu – First Sentence
Icimbi elicwebezelayo
by Clare Verbeek Thembani Dladla and Zanele ButheleziisiZulu — First sentences
Idolobhakazi lamatende kanye nezinye izindaba
by Jenny Seed and Ruth PresslerIsiZulu Ulwimi Lwasekhaya Ibanga 6
Ikhaya lezilwane elikhethekile
by Ursula Nafula and Nina Orange — Adaptation by Pumla Mdontswa and Zanele ZumaisiZulu — First sentences